Umbiko Omusha Ngomnyango Wezimfundo eKZN

Written by on 13 April, 2021

By: Sanelisiwe Dlangamandla

Umnyango wezemfundo kulesifundazwe uthi uyawamukela umbiko wehhovisi likamgcinimafa ngezinsolo zokukhwabaniswa kwezivikelo ze COVID-19 kulomnyango.

Ngonyaka odlule kwabakhona izinsolo zokuthi kudliwe imali yalezizivikelo kwanikezwa amathenda izinkampani ngaphandle kokulandela imigomo efanele.

UNgqongqoshe wezemfundo kulesifundazwe, uKwazi Mshengu, uthi abezindaba babengafuni ukukholwa ukuthi lezi zinsolo azisilo iqiniso nakuba ubufakazi babukhona.

Ecahza ngemiphumelea ekulombiko ubeke kanje,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background