UMengameli uRamaphosa Unethemba NgoBudlelwane neMelika
Written by Mfundo on 11 November, 2020
By: Lindelani Mbatha
UMengameli uCyril Ramaphosa uthi uhulumeni unezinhlelo zokuthuthukisa izindawo zasemakhaya, amadolobha kanye namalokishi azodla imali elinganiselwa ku-R 2.3 trillion wamarandi.
uRamaphosa ubekhuluma ngezobucwepheshe nezihambeli zaseUSA ngezamabhizinisi kanye nomnotho.
UMengameli ngoFebruary watshela iphalamende ukuthi ufuna uhulumeni asungule idolobha elisha elizoba nezobucwepheshe ezisezingeni eliphezulu.
uRamaphosa uthi lezinhlelo zizohlomulisa kakhulu abantu bakuleli kwezomnotho.
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.