Umeya uthi umphakathi uzosizakala ngokushesha

Written by on 22 November, 2019

Imeya yaseMgungundlovu, uThobekile Maphumulo, ithi lomasipala uzoqinisekisa ukuthi zonke izakhamuzi zizokwazi ukuthola usizo ngokushesha, kulandela ukwethula ngokusemthwethweni kwezinsizakusebenza ngaphansi kohlelo lukahulumeni i-Operation Khawuleza.

Umnyango wezokubusa ngokubambisana usebenzisana neminye iminyango usunikezele ngezinsiza zokuhambisa izidingo zomphakathi.

Lempahla izolekelela kulungiswe imigwaqo, ukuthuthwa kwendle kanye nemfucuza komasipala abangu 7 base Mgungundlovu.

Listen here

By: Nompendulo Ngubane


Gagasi FM – Medium Fidelity Stream

What You Want to Hear

Current track

Title

Artist

Background