UMfundisi Uklabhe Wabulala Intombi Nezingane Ezimbili

Written by on 9 December, 2020

By: Nompendulo Ngubane

Umndeni wakwa Sibiya e Hopewell endaweni yase Nsuka eMaritzburg, uthi usakhungathekile futhi ushaqekile mayelana nesenzo somfundisi owaziwayo endaweni ogengce wabulala owesifazane oneminyaka engu 43 obeyintombi yakhe.

Uthi lomfindisi ubulale nabuzukulu balomama ababili, oneminyaka engu 8 nomunye oneminyaka engu 5.

Lesenzo senzeka kulendawo emva nje kwamasonto amabili kusanda kubulawa ngesihluku isalukazi, naso esagencwa sabulawa emzini waso.

Intatheli yzindaba zeGagasi FM uNompendulo Ngubane uyabika,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background