Umgomo weCOVID-19 Ofikile Kuleli Uveza Lukhulu

Written by on 4 February, 2021

By: Bright Ntuli

Abacwaningi sebezwakalise ukuthi umjovo okhiqizwe enuyvesi yase Oxford wokugomela iCOVID-19 iAstrazanecca, awuvikeli nje abantu ekutheni bathole leligciwane kuphela, kodwa kubukeka sengathi uphinde unqande nokusabalala kwalo.

Ongumholi wabacwaningi enyuvesi yase Western Cape uBurtman Fielding uthi lemiphumela eyethembisayo ikukhombisa ngokusobala ukuthi kubaluleke kangakanani ukuthi abantu baphume ngobuningi babo bayogomela leligciwane.

Uthi lena iyona kuphela indlela lolubhubhane olunganqandeka ngayo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background