Umhlaziyi wezepolitiki uthi uRamaphosa akenzi kahle

Written by on 18 February, 2020

Umhlaziyi wezepolitiki, uMcebisi Ndletyana, uthi ukwehluleka kukamengameli, uCyril Ramaphosa, ukukhuluma nokuthatha izinqumo ezisheshayo ngezinto ezithinta isizwe, kungagcina kumfakela isigcwagcwa ebantwini.

uNdletyana ekhuluma nabezindaba uthi umengameli kwakumele asho ngenkathi ethula inkulumo yakhe ebhekiswe esizweni ukuthi umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu uphakamise ukuthi kusebetshinziswe imali yezimpesheni zabasebenzi bakahulumeni ukutakula uEskom.

Listen here:

By: Bright Ntuli


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background