Umisiwe Uthishanhloko Osolwa Ngokucwasa eGrosvenor Girls High School

Written by on 20 July, 2022

By: Sanelisiwe Dlangamandla

Uthishanhloko wesikole saseNingizimu yeTheku esitholwe ukuthi sicwaswa abafundi bebala elimnyama iGrosvenor Girls High School usemisiwe emsebenzini.

Loku kulandela ukuthi ithimba lomnyango wezemfundo ebeliphenya lezizinsolo lithole ukuthi ziyiqiniso futhi uthishanhloko wakulesisikole nguye ohamba phambili ngokukhipha abafundi abamnyama inyumbazana.

Abafundi bakulesisikole kanye nabazali babo baqala imibhikisho ekuqaleni kwalonyaka bekhala ngendlela abafundi bebala elimnyama abacwaswa ngayo.

Echaza ngalezizinsolo uMshengu ubeke kanje.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background