Umlimi Osemncane Wenza Okuhlukile

Written by on 28 February, 2021

By: Mthokozisi Maqele

Umlimi osemncane wakwaMaphumulo enyakatho yeKwaZulu-Natal, uMhlengi Ngcobo (22), usedalule uthi ushodelwa uxhaso Lwemali nezinsiza, zokuqhubeka nohlelo lokufundisa abantu abasha ezolimo njengoba yena esephumelele kulo mkhakha.

Lomlimi unamapulazi okulima amakhulu KwaMaphumulo lapho asekwaze ukukhiqizela izitolo ezinkulu ukudla akuvuna emhlabathini.

Useqoke ukuludlulisela mahhala entsheni ulwazi lwezolimo njengoba akwenza lokhu ngonyaka odlule esiza intsha engu 70 ngolwazi lokulima.

uMthokozisi Manqele uyasibikela,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background