Umntwana wakwaPhindangene Usengeniswe Esibhedlela

Written by on 25 July, 2023

By: Zilungile Mkhize

Ihhovisi lomsunguli we-Inkatha Freedom Party (IFP) kanye noNdunankulu kaZulu iNkosi uMangosuthu Buthelezi selikuqinisekisile ukuthi ungeniswe esibhedlela kodwa seliyichithile imibiko ethi usesimweni esibucayi.

Ngokwemibiko yalelihovisi umtwana waKwaPhindangene ungene esibhedlela eyohlolwa isismo sempilo njengenhlala yenza kwazise uhlushwa izinhlungu eqolo.

UZilungile Mkhize uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background