Umnyango Uxwayisa Izikole Ezibambe Imiphumela Yabafundi

Written by on 1 March, 2021

By: Lindelani Mbatha

Umnyango wezemfundo KwaZulu-Natal, usukhiphe isexwayiso ngezikole ezisaqhubeka nokubambela abafundi imiphumela yabo, uma bengakhokhile imali yokufunda.

Lomnyango uthi usuthole izikhalo eziningana ezikhomba ukuthi zisekhona izikole ezenza lomkhuba ophambene nomthetho sisekelo.

Oyisikhulumi sezemfundo kulesisifundazwe, uMuzi Mahlambi, uthi izikole kumele zixoxisane nabazali bezingane ezingakhokhile  hhayi ukubamba imiphumela yabafundi.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background