Umnyango wezempilo ukhala ngokubhekuduka kwesifo samatele.

Written by on 17 February, 2025

By: Bright Ntuli

UMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natal usuzwakalise ukukhathazeka ngokwanda kwesifo samatele kulesifundazwe.

Izigameko ezingu 6 zokuqala kwalesifo zibikwe phakathi komhlaka 6 nomhlaka 10 kulenyanga esikuyo kanti kumanje lesibalo sesinyukele ku-1 hundred and 17.

UNgqongqoshe wezeMpilo eKZN uNomagugu Simelane, uthi ihand, foot and mounth desease isibikwe ngisho nasezikoleni zamabanga aphansi kanye nezinkulisa ezindaweni ekubalwa kuzo iPhoenix, Greenwood Park kanye naseMhlanga, enyakatho yeTheku.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background