Umnyango wezokuthutha uthi kusazothatha iskhathi ukuthi imithetho yeLockdown ijwayeleke

Written by on 27 March, 2020

Umnyango wezokuthutha uthi kuzothatha isikhathi ukuba abantu bakuleli kanye nalabo abenza imisebenzi eyizindingo bajwayele imithetho emisha ebekiwe kulo 21 days.

Okhulumela umnyango wezokuthutha, uAyanda Allie-Paine, uthi inkinga abanayo okwamanje eyokuthi abantu abaningi abayizwanga kahle imigomo kangqongqoshe, uFikile Mbalula, nokungaholela ukuthi bagcine sebeboshwa noma behlawula emgaqweni.

uAllie-Paine uyanaba.

Listen here:

https://iono.fm/e/837540

Khonamanjalo awala eThekwini amataxi wona ngeke aze asahamba kulezinsuku ezingu-21 kulandela ukuthi iSantaco ibeke kanje:

Listen here:

https://iono.fm/e/837545

By: Sanelisiwe Dlangamandla

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background