uMogoeng Ukhuluma Ngenkohlakalo Yama-Tender eCOVID-19

Written by on 10 December, 2020

By: Lindelani Mbatha

Inhloko yamajaji kuleli uMogoeng Mogoeng uthi kungakubi ukuthi kukhona asomabhizinisi abasebenzise iCovid 19 ukuzicebisa bona.

uMogoeng ubekhuluma nezihambeli ezithamele umbungazo wesibhedlela iThembisa Ekurhuleni-Gauteng.

Izolo umcwanining mabhuku jikelele, uTsakani Maluleke ukhiphe umbiko oveza ukuthi uhulumeni uhlulekile ukuqinisa imigomo yokuthengwa kwezimpahla zokuvikela iCovid 19, okwenze ukuba amaPPE’s adayise inani eliphindwe kathathu kuleli engabe abiza lona.

uMogoeng uthi makuwukuthi osomabhizini bakwenzile lokho iNingizimu Africa ingazithola isenkingeni enkulu.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background