uMokonyane Usika Elijikayo Kwelika Zuma

Written by on 23 November, 2020

By:  Lindelani Mbatha

ILungu lesisgungu esiphezulu seANC uNomvula Mokonyane lithi linethemba lokuthi owayengumengameli uJacob Zuma uzozibeka izizathu zokuphuma kukhomishana ephenya istate capture.

uZuma ngesikhathi evele kulekhomishana ngesonto eledlule, wavele wazihambela ngaphandle kwemvume kasihlalo walekhomishana uRaymond Zondo.

Lekhomishana namhlanje imangalele uZuma emaphoyiseni kanye nakuNPA ngesenzo sakhe … yaphinde futhi yamuthumelela amasamanisi amphoqa ukuba azovele kulekhomishana.

uMokonyane ungomunye wabaholi beANC asebevelile kulekhomishana ukuzochaza ngezinsolo zenkohlakalo ezibhekiswe kubo.

uMokonyane uyanaba,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background