UMotsoaledi Uveza Izinselelo Zomnyango Wezasekhaya

Written by on 3 March, 2021

By: Lindelani Mbatha

UNgqongqoshe wezasekhaya uAeron Motsoaledi uthi ukhathazekile ukuthi omahamba nendlwane balomnyango abasebenzi ezindaweni zasemakahaya.

uMotsoaledi ubephendula imibuzo yamalunga ephalamende, ngezinhlelo zalomnyango zokuqinisekisa ukulethwa kwezidingo emphakathini.

Njengoba iNingizimu Africa ibhekene nokubheduka kweCOVID 19, lomnyango ukunciphisile ukusebenza kwawo ngemizamo yokugwema ukuthelelana ngaleligciwane.

Lokho kuholele ekutheni uzame ukufaka amahhovisi angomahamba nendlwane, nafike angasebenza ezindaweni ezisemakhaya.

uMotsoaledi uthi into edale ukuba zingasebenzi lezikhungo mngenxayokungabibikho kwe-Network.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background