Umphakathi Ukhala Ngokugqobhozeka Iphakethe Mawufuna Amanzi

Written by on 9 March, 2022

By: Mthokozisi Manqele

Umphakathi waseBhekabantu KwaMhlabuyalingana enyakatho KwaZulu-Natal, usudalule ukuthi uphoqeleka ukuba uqashe izimoto ngemali ukuze ziyobakhelela amanzi.

Bekhuluma esigcawini sohlelo lwentuthuko esididiyelwe umkhandlu uMkhanyakude, bathi bakwenza lokhu ngoba lomkhandlu wesifunda kawubasizi ngalutho.

Okunye lo mphakathi okhala ngakho, ukwakhiwa kwamanyuvesi amanyuvesi kuyo lendawo.

Udaba lokweswelakala kwamanzi bathi yilo oluyinkinga kakhulu kubo.

U-Mthokozisi Manqele uyabika:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background