Umphakathi Usukhathele Ukudayiselwa Ukudla Okudala

Written by on 11 February, 2021

By: Mthokozisi Manqele

Umphakathi wase Mbazwana KwaMhlabuyalingana enyakatho ye KZN, uthi awusazi wenzenjani njengoba namanje usadayiselwa ukudla osekuphelelwe isikhathi ezitolo zakuyona lendawo.

Izindaba zeGagasi FM sezaziswe ngalokhu ngamalungu omphakathi.

Asecele uhulumeni ukuthi angenelele, ngoba sebethengiselwa ukudla okonakele kakhulu nokubeka engcupheni impilo yabo.

uMthokozisi Manqele uyabika,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background