Umphakathi Uvale Isikole Esisolwa Ngokudukisa Izingane

Written by on 24 February, 2021

By: Mthokozisi Manqele

Umphakathi waseHlazane KwaMhlabuyalinga, enyakatho yeKwaZulu-Natal, usuvale isikole smabanga aphansi kulendawo izinsuku ezimbili ngoba ukhala ngokuthi asinayo imfundo esezingeni lokuthuthukisa abantwana babo.

Lomphakathi uthi izingane ziyaxoshwa kwezinye izikole kuthiwa azazi lutho.

Lesi yisikole sesibili esivalwa KwaMhlabuyalinga njengoba ngeledlule bekuvalwe iHlokohloko Primary, abazali besola uthishomkhulu ngokwebolekisa ngemali yesikole.

uMthokozisi Manqele uyabika,

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background