Umphakathi Uyakhala Ngempatho Yosomatekisi Base-PMB

Written by on 5 August, 2022

By: Nhlanhla Mbokazi

Amalungu omphakathi waseWillowfontain ePietermaritzburg, enkabeni yesifundazwe saKwa-Zulu Natal, asezwakalise ukungenami kwawo ngokusebenza kwamatekisi kulendawo kanye nempatho abayitholayo kubashayeli nabasizi babo.

Lokhu kulandela ukwenyuka kwemali yokugibela amatekisi ekuqaleni kwalelisonto.

Intatheli yeGagasi FM uNhlanhla Mbokazi uyabika.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background