Umphakathi Uyesaba Kulandela Inqwaba Yemindeni Ibulawa iCOVID-19 Kulendawo

Written by on 19 January, 2021

By: Mthokozisi Manqele

Umphakathi wase Big5 Hlabisa, enyakatho yeKwaZulu-Natal, usuhlalele ovalweni ubona kwenyuka izinga lokushona kulendawo ngenxa yeCOVID-19.

Esikhathi nje esifushane kushone obaba nomama emizini emine, abantwana abancane basala bodwa, eminye akusekho muntu.

Emakhaya lesifo, abantu bebengakakholwa ukuthi sikhona nokuthi siyabulala.

Lomphakathi wase Big5 Hlabisa usucele abezempilo ukuba bazobahlola ukuze behlale besazi isimo sabo sempilo mayelana ne COVID-19.

uMthokozisi Manqele uyabika,


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background