Umphakathi Wase Jozini Uphefumula NgeSilo

Written by on 18 March, 2022

By: Mthokozisi Manqele

Amalungu omphakathi waseJozini enyakatho yeKZN, asezwakalise ukusemukela iSilo samaZulu uMisuzulu kaZwelithini, njengoba sesingene emabhukwini kahulumeni, ngokusemthethweni.

Yize kukhona abasemukelayo kodwa abanye kabazi nokuthi kuqhubekani ngolweSilo, bethi bagcina kusakhotheme iSilo uMdlokomabene neNdlovukazi uMantfombi Dlamini Zulu.

Intatheli yezindaba zeGagasi FM uMthokozisi Manqele uyabika.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background