Umphakathi WasoKhukho Olundi Usuzokwakhelwa Umngcele

Written by on 31 August, 2022

By: Mthokozisi Manqele

UNgqongqoshe wezokongiwa kweMvelo KwaZulu-Natal, uSboniso Duma, usebonene nomphakathi wasoKhukho, Olundi, enyakatho nesifundazwe, obusuqale ukuzibiyelela isiqiwu, iHluhluwe Mfolozi Park.

UNgqongqoshe uthi baziphendulile izikhalo zalomphakathi futhi ukhona umnyakazo owenzekayo.

Lo mphakathi ubukhale ngokuthi kawunakiwe kanti amabhubesi eqa kulesi sqiwu ayaqhubeka eyobalimaza.

Intatheli yezindaba zeGagasi FM uMthokozisi Manqele uyabika.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background