Ungangezwe Lakhe Uthi Uzobhekana Nazo Zonke Izingqinamba

Written by on 29 October, 2022

By: Lindelani Mbatha

Umholi wesizwe samaZulu inkosi uMisuzulu kaZwelithini uthi uzimisele ukusiza kanye nokulekelela abantu ababhekene nezinkinga  esifundazweni saKwaZulu-Natal kanye neNingizimu Africa yonkana.

ISilo besikhuluma emcimbini wokunikezelwa ngesitifiketi esivela kuhulumeni.

Lesisitifiketi ngesokuqinisekisa ukuthi uhulumeni usehlonipha Isilo futhi akekho omunye oyophinde anikezwe, iSilo uMisuzulu kaZwelithini esakhula.

Bangaphezu kuka-50 000 abantu ebebethamele lenqophamlando.

Isilo sithi sinethemba lokuthi kuloluhambo esilihambayo sizobambisana nawowonke umuntu.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background