UNgqongqoshe Uthi Izingane Zibadinga Bobabili Abazali Bazo

Written by on 8 December, 2021

By: Sanelisiwe Dlangamandla

Usekela Ngqongqoshe wezokuthuthukiswa komphakathi uHendrietta Bogopane-Zulu uthi kumele abantu besifazane bayeke ukulwa izimpi zabo zothando ngezingane.

U-Bogopane-Zulu uthi ukunqabela ingane ukuba ibe nobudlelwano noyise ngoba umama esehlukene noma exabene noyisa kuwukuhlumeza nalokho.

Uqhuba ngokuthi izinkantolo zakuleli zizithathela phezulu izindaba ezithinta abantwana.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background