uNorma Akazange Alubhade…

Written by on 13 April, 2021

By: Zilungile Mkhize

uNorma Mngoma, nowayengunkosikazi kalowo owayengungqongqoshe kukhabhinethi likazwelonke uMalusi Gigaba, usekhethe ukuhoxa ekwethuleni ubufakazi kukhomishana ephenya nge state capture.

Bekulindeleke ukuba avele namuhla ntambama kulekhomishana, ukuzodalula konke akwaziyo ngoGigaba nezinsolo zenkohlakalo, kodwa wangafika.

uMngoma usebhale incwadi efundwe ummeli wakhe uAdvocate Gcwalisile Makhathini, echaza ukuthi kunezimo ezingasamuvumeli ukuthi azovela phambi kuka Raymond Zondo.

Efunda lencwadi, uMakhathini usho kanje,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background