uNzimande Ukhuza iMKMVA

Written by on 10 April, 2021

By: Mfundo Mabaso

UNobhala weSACP, uBlade Nzimande, uthi abahambisani nokumbandakanyiswa koMkhonto Wesizwe Military Veterans Association (MKMVA), noqhekeko olukhona kuANC.

uNzimande ubekhuluma esikhumbuzweni sika Cris Hani eGauteng.

Lokhu kulandela ukuphumela obala kwamalungu eMK ezibophezela ekuvikeleni owayenguMengameli uJacob Zuma kanye noNobhala Jikelele we ANC uAce Magashule, emacaleni ababhekene nawo ezinkantolo.

uNzimande usenxuse amalungu e-ANC ukuthi akhumbule uHani ngokuvikela ubumbano lwalombutho.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background