Uphithanelwe Ikhanda Uyise Omukelwe Izingane
Written by Mfundo on 21 April, 2022
By: Nompendulo Ngubane
Owesilisa wase Ashdown eMgungundlovu, uthi kusenzima kuyena nomndeni wakhe ngemva kokumuka nezikhukhula kwamadodakazi akhe amabili, nokumanje angakatholakali.
U- Ishimbahombwa Hawazi, ongokuwokudabuka eDemocratic Republic of Congo (DRC) kodwa ohlala kulelizwe ngokusemthethweni, uthi amadodakazi akhe amuke nomfula uMsunduzi ezama ukuwela ngesikhathi ephuma esikoleni ngoLwesine ngemva kwemvula enamandla.
U-Nompendulo Ngubane uyabika: