URamaphosa Useshayele Ihlombe Umkhakha Wezemfundo

Written by on 25 February, 2021

By: Bongani Gina

UMengameli wezwe uCyril Ramaphosa uthi wanelisekile ngendlela umkhakha wezemfundo ubukeka ukhula ngayo kulelizwe.

URamaphosa usho kanje ngesikhathi ethula inkulumo yakhe yokuvula umhlangano womkhakha wezemfundo owaziwa ngele Basic Education Sector Lekgotla.

Lomhlangano oqale namhlanje nohlanganisa bonke abasem’khakheni wezemfundo kulindeleke ukuba uthathe izinsuku ezintathu uqhubeka.

URamaphosa uthi lomkhakha ukhombisa ukukhula phezu kwezinselelo eziningi othe wabhekana nazo ikakhulukazi kulonyaka owedlule.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background