URamaphosa Uthi Ubuholi Obusha EKZN Kumele Bubuyise Ithemba

Written by on 25 July, 2022

By: Lindelani Mbatha

Umengameli wezwe uCyril Ramaphosa usebushayele ihlombe ubuholi obusha be-African National Congress (ANC) obukhethwe ngempelasonto.

URamaphosa ukhulume nezithunywa ebezizoqoka ubuholi obusha e-Olive Convention Centre, eThekwini.

USiboniso Duma ukhethwe njengoSihlalo walenhlangano KwaZulu-Natal, egadusulana nobengusihlalo phambilini uSihle Zikalala.

UBheki Mtolo yena ukhethwe njengoNobhala eqhudelana nobenguNobhala uMdumiseni Ntuli.

URamaphosa uthi lobuholi obusha kumele bubuyise ithemba.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background