uRamaphosa uthi uzimisele ngokuthuthukise ezehwebo phakathi kweNingizimu Africa neRussia

Written by on 24 October, 2019

By: Zilungile Mkhize

 

Umengameli, Cyril Ramaphosa, uthi uzimisele ngokuqinisa, aphinde athuthukise ezehwebo phakathi kweNingizimu Africa neRussia.

uRamaphosa uhola ithimba lakuleli elihambele iRussia Africa Summit eSochi.

Ubudlelwano obukhona phakathi kwaleli lengabade neRussia, obuhlanganisa nezohwebo, benza izigidi-gidi zamarandi ngonyaka.

uRamaphosa uthi lobudlelwano busazoqhubeka iminyaka eminingi ezayo.

Listen here:


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background