UShenge Uphawula Ngesimo Sempilo YeSilo
Written by Mfundo on 8 February, 2021
By Bóngani Gina
UNdunankulu weSizwe samaZulu, Inkosi uMangosuthu Buthelezi, uthi abantu abehlise amaphaphu ngesimo sempilo yeSilo, akukubi kangako.
UMntwana usho lokhu kulandela ukuqinisekiswa kwemibiko eveza ukuthi Isilo samabandla sesingeniswe esibhedlela esiseZululand ngenxa yokuxinwa ushukela.
Uthi sike sangeniswa nangaphambilini isilo ukuze kulinganiswe kahle isikali sikashukela kuNgangezwelakhe, njengoba ubusubukeka usuqala ukuba yingozi.
UShenge uyenaba,
powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.