Usomnotho: ukwenyuka kwamanani empahla akusho ukuthi abantu mabatatazele
Written by Lethiwe Mdluli on 19 March, 2020
Usomnotho, uAzar Jammine, uthi ukwenyuka kwamanani empahla akusho ukuthi abantu mabaqale batatazele ngoba lesimo sisazoshintsha.
Izolo iStatistics South Africa, imemezele ukuthi amanani empahla angahle anyuke ngo 4.6% uma kuqhathaniswa nesikhathi esifanayo ngonyaka ophelile.
uJammine uthi lesibalo singaphezulu kwaleso abebesilindele nabo kodwa akusiyo into ezohlala yize kusazoba nziba kubathengi.
Listen here:
https://iono.fm/e/833406
By: Zilungile Mkhize