UZikalala Uthi Usebenze Kahle Nesifundazwe SaKwaZulu-Natal

Written by on 5 August, 2022

By: Siphelele Nzuza

UNdunankulu waKwaZulu-Natal uSihle Zikalala umemezele esidlangalaleni ukuthi usenqume ukwesula esikhundleni sakhe sokuhola iKZN.

Lokhu kulandela izigameko eziningana zokuhhahhamezwa kwakhe okubonakale kwinkomfa yobuholi be-African National Congress Kwa-Zulu Natal ngenyanga endlule.

Amalungu alenhlangano kanjalo nomphakathi ezwakala ecula iculo lokuthi aphume esikhundleni.

Ekhuluma esithangamini nabezindaba asibizele eMayville eThekwini lomholi usho kanje.

UZikalala uqhuba ngokunxusa amalungu aleliqembu ukuthi angene ezikhundleleni ngokukhathalela imiphakathi hhayi ngoba ezozuza okuthile.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background