UZondo Ukhala Ngokuphelelwa Isikhathi Kwekhomishana

Written by on 9 December, 2020

By: Sthulile Mdletshe

Usihlalo wekhomishana ephenya nge state capture uRaymond Zondo, uthi sebephelelwe isikhathi njengoba ethi kufanele ngabe sekuqediwe ukuthulwa kobufakazi kwalonyaka.

uZondo uthi kufanele ngabe sebugoqiwe bonke ubufakazi, ukuzekuqalwe kabusha ngonyaka ozayo.

Uthi basabaningana okufanele bazovela kulekhomishana.

uZondo uthi kumanje babhekene nenkinga yokuthi ofakazi bafika bengazilungiselele nokuholela ekutheni kwesinye isikhathi kuhlehliswe ukalalewa kobunye kobufakazi babo.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background