Yabelwe Izigidi Indlu Yasebukhosini

Written by on 6 May, 2022

By: Sthulile Mdletshe

Undunankulu wakwaZulu-Natal uSihle Zikalala usememezele ukuthi indlu yasebukhosini baKwaZulu seyabelwe imali elinganiselwa ku R67 million kunyakamali ka 2022/23.

Indlu yobukhosi bakwaZulu iyaqala ukwabelwa imali selokhu kwaphakanyiswa uMisuzulu njengozongena esihlalweni sobukhosi.

Lemali kuhloswe ngayo ukuthi ibhekelela imicimbi eyenziwa minyaka yonke kanye nemicimbi yamasiko eyenziwa ebukhosini.

Kulemicimbi kubalwa Umkhosi Welembe, oWamaganu, kanjalo noMkhosi Womhlanga.

Ethula lesabelo mali uZikalala ubeke kanje:

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background