Yekani Ukufihla Izigebengu- Dube- Ncube

Written by on 25 July, 2023

By: Lindelani Mbatha

Undunankulu waKwaZulu-Natal, uNomusa Dube-Ncube, uthi imiphakathi ayihlukane nokufihla izigebengu.

UDube-Ncube ukhulume kanjena namalunga omphakathi aseMkhanyakude enyakatho yesfundazwe abethamele iCrime Fighting Imbizo.

INingizimu Africa ingamanye amazwe ahamba phambili ngobugebengu, bokubulawa kwabantu kanjalo nokutholakala kalula kwezidakamizwa.

UDube-Ncube uthi uma ufihla izigebengu nawe akuhlukile nokuthi uphula ingalo yomthetho.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background