Yonke Imicimbi Yokuzijabulisa Ishawe Ngembazo kuloDecember

Written by on 3 December, 2020

By: Sthulile Mdletshe

UHulumeni wakulesifudazwe usumemezele ukuthi yonke imicimbi emikhulukazi eyenzeka ngalesikhathi samaholidi okuphela konyaka isihoxisiwe.

Esitatemindeni esikhishwe yihovisi lika ndunankulu u-Sihle Zikalala sithi lokhu kuzosiza njengoba uhulumeni ezama ukugwema ukubhebhetheka kwegciwane i-COVID-19 esifundazweni.

Phakathi kwemicimbi emikhulukazi eyaye ibanjwe minyaka yonke kubalwa iGagasi FM Beach Fest, iDurban Jazz Festival, iFact Durban Rocks, Ugu Jazz kanye neminye.

Nangu ke undunakulu echaza ngezinhlelo zabo,

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background