Zehlile Izibalo Zokubulawa Kwabantu

Written by on 13 November, 2020

By: Lindelani Mbatha

UNgqongqoshe wamaphoyisa uBheki Cele uthi izibalo zokubulawa kwabantu kukota yesibili yakulonyaka zehlile uma ziqhathaniswa nesikhathi esifanayo ngonyaka owedlule.

uCele ubethulela abezindaba izibalo zakamuva zobugebengu ePitoli.

Lezibalo zisukela ekuqaleni kuka-July kuya ekupheleni kukaSeptember ngesikhathi izwe lehlela kuLevel 2 wemigomo kahulumeni weCovid 19.

Bangu 5107 kuphela abantu ababulewe kulekota nokwenze ukuthi lezibalo zehle ngo 339.

uCele uyanaba,

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/QMxKDPN39JZL6N&podcast_id=88cbefd1-8e56-4680-9036-3809178eea8d” width=”100%” height=”200″]


Continue reading

Gagasi FM

What You Want to Hear



Background