Zimushubele uNgqongqoshe Obezijuxuza

Written by on 25 August, 2021

By: Bongani Gina

Ayanda amaqembu ezombusazwe afuna uNdunankulu wakwaZulu-Natal, uSihle Zikalala, athathele ungqongqoshe wezempilo kulesifundazwe uNomagugu Simelane izinyathelo ezinqala, ngokwephula imithetho yeCovid-19.

Lokhu kulandela ukusabalala kwama-video nemifanekiso ekhombisa uSimelane esephathini, ezijuxuza nenqwaba yabantu abangawafakile amamask, futhi kungekho nokuqhelelana phakathi kwabo.

Intatheli yezindaba ze-Gagasi FM, uBongani Gina uyabika:

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background