Zisazobashubela Abanukeke Kwi-State Capture

Written by on 13 April, 2022

By: Bright Ntuli

Uphiko lwezokushushisa, iNPA, selukuqinisekisile ukuthi luzibopheze ukuwabeka eqhulwini wonke amacala athinta ukuthathelwa kombuso izinqumo ngabayidlanzana, i-state capture.

Loluphiko luthi luzimisele ukuthi kulezinyanga ezingu-12 ezizayo, luwaphothule wonke amacala eluwaphenyayo mayelana naloludaba.

Ekhuluma esifundweni saminyaka yonke ngo Frederik Van Zyl Slabbert, ebesisingethwe yiskhungo semfundo ephakeme iStellenbosch University, umqondisi jikelele we NPA uShamila Batohi uthi aseqalile ukubajikela amasondo ezobulungiswa bonke abathintekayo.

powered by Advanced iFrame free. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background