Amaqembu Aphikisayo Aseyihlabe Ayihlikiza I-SOPA

Written by on 1 March, 2024

By: Nompendulo Ngubane

Amaqembu aphikisayo asekhale ngakubiza ngezithembiso ezingafezwa kulandela inkulumo ebibhekiswe esifundazweni i-State Of The Province Address (SOPA) kaNdunankulu uNomusa Dube-Ncube.

Izolo ngenkathi kuqhubeka inkulumo mpikiswano nge-State Of The Province Address (SOPA) esishayamthetho lamaqembu aveze ukuthi ayizange iqhamuke nazixazululo kodwa njengenjwayelo ibigcwele izethembiso.

Oyilungu leNkatha Freedom Party (IFP) esishayamthetho uBlessed Gwala uthi kunezinkinga eziningi KwaZulu-Natal ezifana nokuntuleka kwamanzi, imisebenzi nokunye uNdunankulu angazange achaze ukuthi uzozilungisa kanjani.

 

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

Kanti uSihlalo we-Democratic Alliance (DA) eKZN uFrancios Rodgers yena usebeke kanje.

 

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background