Eyamatekisi Ithi Ukulungiswa Kwemigwaqo Kungahamba Ibanga Elide

Written by on 2 April, 2024

By: Dawud Phungula

Inhlangano yamatekisi i-National Taxi Alliance  ithi iyafisa ukubona uhulumeni enza kangcono ngokuthi alungise imigwaqo.

Okhulumela lenhlangano uTheo Malele uthi  ukulungiswa kwama-Potholes kanjalo nokuvuselelwa kabusha kwemibhalo emigaqweni kungadlala indima enkulu ekunciphiseni izingozi emgaqweni.

Uqhuba ngokuthi nabashayeli kumele baqinisekise ukuthi bashayela ngokucophela, ukugwema izingozi ezibangwa ubudedengu.

Ekhuluma nenhlangano yezokusakaza kuleli uMalele usesho kanje.

 

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background