UNkosi Uthembisa Izindlu Zoxhaso Ezisezingeni

Written by on 31 January, 2024

By: Dawud Phungula

UNgqongqoshe wezokuHlaliswa kwaBantu KwaZulu-Natal, uSipho KK Nkosi,  uthi njengomnyango bafuna ukuqinisekisa ukuthi osonkontileka bakhela abantu bakuleli izindlu ezisezingeni.

Usho kanje kade eyovula ngokusemthethweni uMuzi womndeni wakwaMbili kwaCele, okhalweni eningizimu nesifundazwe.

UNkosi uthi ukuphepha kwabantu abakhelwa izindlu kubalulekile, ingakho bengeke balenze iphutha lokuvumela ukuthi kwakhiwe izindlu ezingekho ezingeni.

Ekhuluma nezindaba zeGagasi usebeke kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background