Ihlukene Imibono Ngokulindelwe Ngabalandeli Kwi-ANC

Written by on 24 February, 2024

By: Buhle Mbhele

Izinkumbi zabalandeli be-ANC sezibuthene enkundleni yezemidlalo iMoses Mabhida eThekwini, ukuzoba ingxenye ye-Mayihlome Rally, yokwethula izethembiso zokhetho zalenhlangano.

Kulindeleke ukuthi umengameli wayo i-ANC, uCyril Ramaphosa, kanye nabanye abaholi benhlangano abaphezulu bethule izinkulumo kungekudala, nabafisa ukuheha ngazo abavoti ngaphambo kokhetho lwangomhlaka-29 May.

Njengamanje sixhumana nentatheli yeGagasiFM uBuhle Mbhele okhonake eMabhida.

Buhle, ingabe bathini abalandeli beqembu le-ANC lapho?

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background