Inhloko Yama-Hawks Ikhala Ngokudunwa Kwezimoto Ezithwala Imali.

Written by on 28 June, 2024

By: Phakeme Mnguni

Inhloko yama-hawks uGodfrey Lebeya uthi ukudunwa kwezimoto ezithwala imali kuyaqhubeka nokuba inkinga eNingizimu Africa.

Usho kanje kade ekhuluma kwisithangami sabezindaba ePitoli.

ULebeya uthi lezinswelaboya eziduna izimoto ezithwala imali azinazwelo futhi azizigqizi qakala izimpilo zabantu.

Uqhuba ngokuthi ke bayasebenzisana nezinhlaka ezahlukahlukene ukuzama ukuqeda ngalobugebengu.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background