Skip to main content

By: Pamella Majola

Oklebe sebekhiphe isixwayiso kwizakhamuzi ukuthi ziyeke ukuthenga noma ukudayisa izidakamizwa bathi uma bengayeki bazozithola sebekhalelwa amasongo kasingonyela.

Oyisikhulu esiphezulu koKlebe uGodfrey Lebeya usho kanje ekhuluma esithangamini sabezindaba lapho ebedalula khona imibiko yezinombolo ezinobugebengu obehlukene.

ULebeya uthi uma kukhona abantu abadayisa izidakamizwa emiphakathini abantu kumele babikele amaphoyisa.

UQhuba ngokuthi izidakamizwe zibuyisela izwe emuva.

[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/xy7R77MY8vyW5W&podcast_id=1248e037-7e1c-4415-8c16-46b473061649″ width=”100%” height=”200″]