By: Dawud Phungula
Amaphoyisa KwaZulu-Natal aphenya isigameko sokudubula kanye nengozi yemoto eyenzeke kuthelawayeka u-N3, ngasenxanxatheleni yezitolo i-Pavillion.
Kulesisgameko kudubuleke kwashona umuntu oyedwa kwabe sekulimala abantu abangu-4 abekade begibele emotweni ebikade igibele isisulu.
Okhulumela I-ALS Paramedics, uGarrith Jamieson, uthi okwamanje akwaziwa ukuthi ingabe yini imbangela yalokhu kuhlasela.
UJamieson uyanaba.
[advanced_iframe src=”https://streaming.fabrik.fm/fabrik/echocast/player/rewind-single/player.html?id=6d2fc469-1aa3-455c-8e71-36fc65de6156&web_url=https://echocast.fabrik.fm/LG8z9V0nBq0yGP&podcast_id=7fe99f1b-57a7-443c-a96b-687ffd944ab4″ width=”100%” height=”200″]