UMbalula UGxeka uZuma

Written by on 8 January, 2024

By: Xolani Khumalo

UNobhala jikelele we-African National Congress (ANC), uFikile Mbalula, ugadle wakhomba ngenjumbane loyo owayenguMongameli wezwe, uJacob Zuma, emgxeka ngeqembu elisha loMkhonto Wesizwe aselikhankasela.

UMbalula uthi umbutho wesizwe umfukamlile uZuma wamvikele yize ebekade enamacala amaningi kodwa manje yena useyawujikela ekugcineni.

Ekhuluma nabalandeli be-ANC ngemuva kokuphothulwa komhlangano wesigungu esiphezulu se-ANC i-NEC eMbombela eMpumalanga ubeke kanje.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background