URamaphosa Uthi Uhulumeni Uyijikile Impilo Yabantu

Written by on 16 February, 2024

By: Pamella Majola

UMengameli uCyril Ramphosa uthi inkulumo mpikiswano ebikade ikhona ephalamende nge-SONA itshengise ngokusobala ukuthi kunokwehlukana kwemibono okukhulu phakathi kwamaqembu ezombusazwe kuleli.

URamaphosa usho kanje ephendula imbuzo yamalungu ephalamende mayelana nenkulumo yakhe ebhekiswe esizweni iSONA.

UQhuba ngokuthi impilo yezakhamuzi zakuleli igugqukile, izinto azisafani nakuqala nathi kukhombisa ngokusobhala ukuthi uhulumeni uyawenza umsebenzi wawo.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background