I-IFP Ikhuza Eyezibhamu Ezithe Chithi Saka

Written by on 28 November, 2023

By: Xolani Khumalo

Iqembu le-Inkatha Freedom Party  KwaZulu-Natal, lithi isihlava esibhindlangile sokudutshulwa kwabantu kulesifundazwe sikhomba ukuthi kumele kubhekisiswe umthetho olawula ukuphathwa kwezibhamu.

Lokhu kuza emva kwesigameko esenzeke izolo esithuse abaningi sokudutshulwa kwamalunga amane omndeni esenzeke eMfume esigodini saseEzinhlongeni.

Owe-IFP uBlessed Gwala uthi kuzomele unqandwe lomkhokha odalwa izigelekeqe ezihlasela abantu mihla namalanga zihlome ngezibhamu engingekho emthethweni.

powered by Advanced iFrame. Get the Pro version on CodeCanyon.

 


Gagasi FM

What You Want to Hear



Background